
Hhayi yizwa... ngikukhumbula njalo eh-eh... woza lapha Ngihamba ebusuku ngicabanga wena Izinto ziyatshisa kodwa ngiyabamba Uyangibuka kodwa awusho lutho Kodwa mina ngiyabona indlela uhamba ngayo Ungangibalekeli ngifuna wena lapha inhliziyo iyashaya iyakhala ngawe Woza… woza kimi Ngiyafika, ngiyafika Ungangishiyi ngedwa Angikwazi ukukushiya Woza… woza kimi Ebusuku siyahamba, izibani zicisha Kodwa mina ngisakhumbula indlela obuka ngayo Ngifuna le ndaba ingapheli lapha Ngifuna sibe munye kule ndawo Woza kimi… ungisize… woza kimi… ngiyakhala… Woza kimi Ngilapha nawe Ungangilahli Angisoze ngahamba Woza… woza… woza kimi eh-eh… woza kimi…

